Search
Search results for
We found
1 results for you
-
Ngabe iziLimi zoMdabo zaseNingizimu Afrika zikulungele ukuthi kufundiswe ngazo? Ukuhunyushelwa esiZulwini kwencwadi yamaKhono eMpilo
Item type: Journal Article • Journal: South African Journal of African Languages • Authors: Erick Nkululeko Nzimande --- University of South Africa, South AfricaUkusetshenziwa kweziLimi zaboMdabo zaseNingizimu Afrika njengezilimi zokufundisa ezikoleni nasemfundweni ephakeme kuyinto esicwaningwe ngabacwaningi abaningi. Kodwa-ke ocwaningweni oselwenziwe luncane kakhulu olubheka ukuthi zikhona yini izinsizakufunda ezizokwenza ukufundisa ngalezi zilimi kube yimpumelelo. Ngakho-ke inhloso yalolu cwaningo ukuhlaziya ukuhunyushwa kweNcwadi kaThisha yamaKhono eMpilo...
