Search
Search results for
We found
2 results for you
-
Ukuhlaziywa kwamasiko nokubunjwa kwabalingiswa besifazane ngendlela engaqondile emdlalweni kaMavundla othi Unyaka Wesethembiso 2012
Item type: Journal Article • Journal: South African Journal of African Languages • Authors: Noluthando Zwane --- School of Education, South Africa Themba Madingiza --- University of Johannesburg, South AfricaLolu cwaningo lucubungula amasiko kanye nokuvezwa kwabalingiswa besifazane ngendlela engaqondile emdlalweni othi, Unyaka Wesithembiso oshicelelwe uMavundla ngowezi-2012. Kulolu cwaningo kusetshenziswa injulalwazi yefemenizimu lapho kubhekwa okulandelayo ngabalingiswa besimame abakhethiwe: izingubo zokugqoka, inkulumo, ukucabanga, kanye nezenzo. Ucwaningo luhlose ukuqhathanisa abesifazane abavela ezindaweni... -
Ubuciko bokwethiwa kwamagama abalingiswa emanovelini abhalwa ngemuva konyaka wezi-2000: kubhekwa ukwethiwa kwabalingiswa ukuthi kuyafana nokwetha jikelele
Item type: Journal Article • Journal: South African Journal of African Languages • Authors: Lindani Sthembele Maphumulo --- University of Western Cape, South Africa Mzamo Hlengwa --- University of Free State, South AfricaNgokwevamile igama liqukathe izinto ezithile ezihambisana nokwethiwa kwalo (Lubisi, 2002; De Klerk and Bosch, 1995: 69). Igama liqukethe ubuntu kanye nobunjalo bakhe lowo owethiwe lelo gama kepha ezinye izinhlanga zilibuka njengelebuli esetshenziswa ukwetha ukuze izinto zikwazi ukuhlukaniseka. Isifundo sokwethiwa kwamagama...
